Abutholakalanga utshwala egazini lomshayeli weloli yengozi eF State

2018-01-10 17:59

JOohannesburg - AbakwaRailway Safety Regulator (RSR), bathe ngoLwesithathu abutholakalanga utshwala egazini lomshayeli weloli kulandela uphenyo lwakamuva olumayelana nengozi yesitimela neloli eyenzeke ngesonto eledlule, eyadlula nabantu abangu-19.

I-RSR iphinde yathi isitimela sasingahambi ngesivinini esiphezulu ngesikhathi sesigameko.

Kwalimala abagibeli nabasebenzi ababalelwa ku-260 ngesikhathi isitimela esasithwele abantu abangu-599 sishayiswa yiloli phakathi kwaseHenneman naseKroonstad, eFree State, ngomhlaka-4 Januwari.

OLUNYE UDABA:Kutholakale ezinye izicubu zomzimba lapho kwenzeka khona ingozi yesitimela

Abezitimela bathe uphenyo lwakamuva lwenziwe ngabakwa-RSR okuyibo abahlole indawo yesigameko bathola imininingwane ngembangela yesigameko.

Bathe okunye okufanele kuphenywe kubalwa indlela okumele izitimela namaloli kudedelane ngayo kujantshi, imbangela yokusha kwamakhoshi amahlanu nezinsiza zokubhula umlilo.

"Kusasungulwa ibhodi elizimele elizophenya ngezimo eziholele kule ngozi ukuze kuzotholakala imininingwane ecacile," kuqhuba abe-RSR. 

 - African News Agency

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.