Adutshulwe abulawa amalunga ezigebengu e-PE

2016-05-03 18:32

Port Elizabeth – Amadoda amabili angamalunga adumile eqembu lemigulukudu adutshulwe ashona kwizigameko ezimbili ezahlukene ePort Elizabeth.

Okhulumela amaphoyisa uColonel Priscilla Naidu uthe owesilisa ufike kubo kaXandre Jansen, 24, wangqogqoza emnyango wase evulela ngenhlamvu ngesikhathi uXandre evula umnyango.

Kulimale nowezimame oneminyaka engu-29 ubudala ngenxeba lokudutshulwa onyaweni ngesikhathi kwenzeka lokhu.

OLUNYE UDABA:Izigebengu zazifuna ukumshumpula 'induku'

Kwesinye isigameko kudutshulwe kwabulawa uDonovan Berry, 47, ngesikhathi oshaya’sbhamu bededela inhlamvu ephuma emotweni kumgwaqo uBarberry.

“UDonovan Berry ubephuma emotweni ehamba emgwaqeni ngesikhathi ehlangabezana nenqwaba yezinhlamvu. Udutshulwe amanxeba amaningi emzimbeni kanye nasebusweni,”kubika uNaidu.

Akukaboshwa muntu ngalezi zigameko kanti amaphoyisa anxusa umphakathi ngokuthi uphumele obala ngolwazi olungasiza.

-African News Agency

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.