Agcine ehoxisiwe amacala abebekwe abamithisane bengashadile

2017-03-11 10:15

Johannesburg – Ahoxisiwe wonke amacala abebekwe indoda yaseNingizimu Afrika kanye nengoduso yayo, abebeboshwe e-Abu Dhabi ngasekuqaleni kwaleli sonto.

UMnyango wezokuXhumana kwamaZwe oMhlaba uqinisekise lezi zindaba ngoLwesihlanu.

“Wonke amacala abebebhekene nawo ahoxisiwe base beyakhishwa ejele. Umndeni uzokwenza izinhlelo zokuthi laba babuyele eNingizimu Afrika,” kusho okhulumela uMnyango uClayson Monyela.

U-Emlyn Culverwell, 29, nengoduso yakhe u-Iryna Nohai, 27, ongowokudabuka e-Ukraine, bavalelwe ekhulukuthi isikhathi esingaphezulu kwenyanga e-Abu Dhabi.

OLUNYE UDABA: Sekuzobabhedela abaya ocansini bengashadile e-Indonesia

Zabakhalela ngomhlaka-29 Januwari kulandela ukuthi uNohai ephuthunyiswe esibhedlela elunywa yisisu. Udokotela eMedeor Medical Centre wafike waqinisekisa ukuthi empeleni lo wesifazane uzithwele, zase zibakhalela khona lapho esibhedlela.

Bebebekwe icala lokwenza ucansi bengashadile – okuyicala elibomvu e-United Arab Emirates.

UCulverwell noNohai bese behlale e-Abu Dhabi iminyaka emihlanu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.