Agcinwe esitokisini amadoda ngokunyamalala kwabesifazane ababili

2017-12-22 19:24

Johannesburg – Amadoda amane abandakanyeka ekunyamalaleni kwabesifazane ababili baseMooinooi eNorth West agcinwe esitokisini ngoLwesihlanu, kulandela ukuvela enkantolo.

Okhulumela amaphoyisa esifundazwe uWarrant Officer Mpeile Talane uthe la madoda azogqunywa esitokisini aze aphinde avele enkantolo ngomhlaka-5 Januwari 2018.

OLUNYE UDABA:Kunyamalale owesilisa kwesokudunwa kwemoto

U-Aaron Sithole, 23, uJack Mokotedi, 18, u-Alex Mudau, 36, noKoos Strydom, 53, baboshwa ngecala lokubulala, ukuthumba, ukuphanga, ukutholakala nesibhamu esingekho emthethweni, ukuphambana nengalo yomthetho nokudlwengula ngemuva kokunyamalala kukaJoey van Nierkerk, 32, noGesina Sophia Anisha van Nierkerk, 30, eMooinooi.

La bantu besifazane banyamalala ngomhlaka-10 Disemba ngemuva kokuya emngcwabeni ePitoli.

UTalane uthe laba bobabili abazange bafike ePitoli, imoto yabo eshile yatholwa ngoMgqibelo odlule.

USithole, uMokotedi noStrydom bavele enkantolo ngomhlaka-15 Disemba, icala labo lahlehliselwa uLwesihlanu. UTalane uthe liphinde lahlehliswa futhi icala ukuze kuzoqhutshekwa nophenyo.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.