Agwetshiwe amaphoyisa ashaya, abulala isiboshwa

2016-07-13 14:30

Cairo – Inkantolo yaseGibhithe isinikeze amaphoyisa ayisithupha iminyaka ephakathi kwemithathu neyisikhombisa esejele ngokushaya isiboshwa saze sashona, kusho izikhulu.

La maphoyisa aboshwa ngoDisemba kulandela ukubulawa kwesiboshwa, 47, esifundazweni iQena.

Inkantolo ibe isibathola benecala “lokubhaxabula kanzima isiboshwa saze sashona”.

OLUNYE UDABA: Kugwetshwe amaphoyisa angu-6 ngelokushaya

Leli elinye lamacala amaningi abhekene namaphoyisa asolwa ngokuhlukumeza iziboshwa kuleliya lizwe.

UMengameli Abdel Fattah al-Sisi usethembise ngokuqinisa imithetho eyongamele amaphoyisa.

Izinhlangano zamalungelo abantu zithi udlame luphezulu kusukela umbutho wezempi wathatha ngendluzula uMbuso ngo-2013.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.