Agwetshwe udilikajele amadoda amathathu kwaNongoma

2016-07-26 20:30

kwaNongoma - Amadoda amathathui akwaNongoma abhekene namacala okudlwengula nokuphanga agwetshwe udilikajele.

INkantolo yesiFunda kwaNongoma ikhiphe isigwebo sodilikajele abathathu kanye neminyaka engu-15 ngamacala okuphanga nokudlwengula.

UMdaluyazi Sazi Mthethwa, 28, Sifiso Wiseman Sithole, 30, kanye noZamokuhle Lindelani Khumalo, 28, bathole odilikajele ngokudlwengula base babhanselwa ngeminyaka engu-15 ngokuphanga.

OLUNYE UDABA;Sigixabezwe udilikajele isalukazi esabulala isoka

Ngokusho kwamaphoyisa owesimame,22, wavula icala lokudlwengulwa kanye nokugetshengelwa isiqandisi sakhe, emaphoyiseni akwaNongoma. Laba basolwa baboshwa ngoFebhruwari kuwo lo nyaka.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.