Akajabule ngemibuzo ogaqele esikaMvikeli woMphakathi

2016-08-12 11:31

Cape Town – Isikhulu seSouthern Africa Litigation Centre (SALC), uKaajal Ramjathan-Keogh, uthi akajabule ngendlela ebihlonywa ngayo imibuzo ngesikhathi enza inhlokhono.

URamjathan-Keogh ubengomunye wabantu abangu-14 abebehlolwa ulwazi abazimisele ngokuthola ithuba lokuba nguMvikeli woMphakathi njengoba uThuli Madonsela esethi khumu kulesi sikhundla.

OLUNYE UDABA: Kusungulwe ikomidi elizoqasha uMvikeli Womphakathi omusha

URamjathan-Keogh uthe akajabule ngemibuzo kalowo obeyingxenye yekomidi ebelihloma imibuzo, u-Amos Masondo.

Lowo oyilungu le-EFF ePhalamende, uFloyd Shivambu, naye uthe akayithandanga indlela okuphekwe ngayo ngobhojwana lowo oyisekela likaMvukeli woMphakathi uKevin Malunga.

Le nhlololwazi iqale ekuseni ngoLwesine yaze yaphothulwa ngoLwesihlanu ezintatha.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.