Akakatholakali owayesiza umfundi eminza emfuleni

2016-08-08 10:00

eMlaza - Umndeni usuphelelwa yithemba ngokuthola uMusawenkosi Mchunu owaminza ezama ukusiza umfundi ePhilani Valley, eMlaza, kubika iSOLEZWE.

Kuthiwa uMchunu wayezama ukusiza umfundi uneminyaka engu-16 ubudala ngesikhathi eminza ezama ukuwela ibhuloho.

Lokhu kwenzeka ngesikhathi kunezikhukhula ngomhlaka 25 kuNtulikazi ngesikhathi kunezikhukhula ezadala omkhulu umonakalo.

OLUNYE UDABA:Namanje akakatholakali uHangman eZimbabwe

Umndeni kaMchunu usuphelelwe amathemba njengoba nethimba labatakuli alisaqhubeki nokumfuna.

Lo mndeni uthi usucabanga nokuthola ugandaganda ozosiza ngomhlawumbe ubhajwe emfuleni.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.