Akakatholakali owesilisa omuke olwandle

2017-08-27 11:57

Johannesburg – Akakatholakali owesilisa onyamalale ngaphansi kwamanzi ngesikhathi kunamagagasi amakhulu eWest Beach ePort Alfred, kusho iNational Sea Rescue Institute ngesonto.

"Owesilisa osemusha, okukholakala ukuthi uko-20 weminyaka ubudala, unyamalale ngesikhathi ebhukuda olwandle,” kusho okhulumela i-NSRI uCraig Lambinon esitatimendeni.

OLUNYE UDABA: Imayini idumele ngokushona komvukuzi

Owesilisa ubebhukuda nabangani bakhe ababili, abakwazile bona ukuphuma emanzini, ngoMgqibelo ntambama.

Bonke kukholakala ukuthi bafunda eRhodes University.

Uphiko lwamaphoyisa asemanzini luyaqhubeka nokuthungatha.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.