Akaneme umrepha ocishe wakhwatshaniselwa izinombolo zocingo

2017-02-03 11:36

Johannesburg – Umrepha wakuleli, uKwesta, usenikele enkundleni yezokuxhumana, exolisa kubalandeli bakhe abebengakwazi ukuxhumana naye enkundleni yezokuxhuma uWhatsapp awusebenzisela umphakathi ngenxa yokuthi kukhona ozame ukumkhwabanisela izinombolo zocingo azenze ezakhe ngokwenza i-sim swap ngenombolo yakhe.

Ngokujwayelekile i-sim swap yenziwa uma umuntu onekhadi elisha efuna ukuqhubeka nokusebenzisa inombolo yakhe endala kodwa esebenzisa ikhadi elisha.

OLUNYE UDABA: BUKA: UDr Malinga uculele uLundi noSfiso Ncwane ingoma

“Ngiyaxolisa kulabo imiyalezo yabo engangenanga kulayini wami weWhatsapp. Ngibe yisisulu sokukhwabanisa kwe-sim swap. Ubugebengu angeke buphumelele,” uKwesta ubhale kanjalo enkundleni yezokuxhuma, iTwitter.

Lo mrepha ukhala ngokucekelwa phansi umuntu angafunanga ukuthi amdalule.

Uthi kuyaphoxa ukuthi kunabantu kulo mkhakha abaze bancamele ukwenza “amaqhinga okungcola” ukucekela abanye phansi.

 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.