Akanyakazisanga ngisho uzwane kudlula ibhubesi phambi kwakhe

2016-07-22 10:03

Johannesburg - Osebenza esiqiwini sezilwane u-Eric Ubisi akanyakazisanga ngisho uzwane wathula sengathi ufile ngesikhathi ibhubesi lisondela kuye, ubengakwazi ngisho nokugoba alithinte.

Lesi sisebenzi sithe besingesabi njengoba ibhubesi belisondela kuye nemoto abehamba ngayo. Empeleni ukujabulele okwenzekile.

OLUNYE UDABA:liphinde leqa ibhubesi esiqiwini

"Ukube lelibhubesi bekuyinoma yiliphi bengingeke ngivume ukuthi lize lisondele kangaka kodwa leli ngiyalazi. Likahle lona lipholile, kungathi yinja yami esekhaya," kusho u-Ubisi osebenza eTintswalo Safari Lodge.

Konke lokhu kwenzeke ngoMsombuluko ntambama, kubika iTmeslive.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.