Akasekho emhlabeni umshayeli wezimoto zomjaho kuleli

2016-07-18 11:51

Cape Town – Umshayeli wezimoto zomjaho eNingizimu Afrika, uGugu Zulu, akasekho emhlabeni kanti kubikwa ukuthi ushone ngesikhathi beqwala intaba iMount Kilimanjaro.

INelson Mandela Foundation ikuqinisekisile ukuthi uGugu Zulu ushone ezama ukuqwala intaba eTanzania.

"Kubuhlungu kakhulu ukumemezela ukuthi omunye wabaqwali bentaba ngaphansi komkhankaso iTrek4Mandela, uGugu Zulu, ushonile ekuseni,” ngokwesitatimende.

Funda nalolu daba: Bathole imihuzuko abagibeli engozini yebhasi

"Ngasohlangothini lwebhodi nabasebenzi beNelson Mandela Foundation sikhalisana nomkakhe uLetshego Zulu, indodakazi yabo uLelethu nomndeni wonke wakwaZulu."

Le nhlangano ithe okwamanje imininingwane ngokufa kukaZuma ibingakacaci kahle.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.