Akasekho emhlabeni uVela 'Imisebeyelanga' Shembe

2017-11-24 12:32

eThekwini - Seziqinisekisiwe izindaba zokudlula emhlabeni kweNkosi uVela Shembe oshone \ngezintatha zangoLwesihlanu esemzini wakhe eMthwalume.

Ngonyaka odlule, le Nkosi yanqoba icala leminyaka emihlanu lombango wobuholi bebandla lamaNazaretha.

Ngomhlaka-18 Okthoba ngonyaka odlule iNkantolo eNkulu yaseThekwini yakhipha isinqumo sokuthi lo mholi waseThembezinhle ebandleni lamaNazaretha, nguye ongumholi ofanelekile waleli bandla.

Nakhu esikwaziyo ngale Nkosi:

- Wazalwa ngo-1962 ezalwa nguMaZondo osaphila.

- Uyiwele noMnu Nhlanhla Shembe owenda ngo-2007.

- Ushadelwe uMaNdlovu owashona bengenazo izingane.

- Washadelwa nguMaChili kanti banezingane ezintathu.

- Uneziqu zobuthishela

- Uhlala eMthwalume

- Le Nkosi ihola ibandla lamalungu acishe alinganiselwe ku-10 000.

Umnotho webandla:

Izinhlangothi zombili ziveze ukuthi zisebenzise imali ephakathi kuka-R20 milion kuya ku-R25 milion kuleli cala.

Kanti yonke le mali kuthiwa ibikhokhwa yibandla njengoba imali yayivalelekile ukuze kuphothulwe icala.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.