Akasindanga owesimame ehlaselwa izigebengu ziduna imoto yakhe

2016-07-21 20:30

Cape Town - Izigebengu zidubule zabulala owesimame zimthathela imoto eyongena kwakhe eMitchells Plain, kubika i-EWN.

Lokhu kwenzeke kumgwaqo u Tennessee Street ngoLwesithathu ebusuku.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe owesimame kungqubuzana abamatekisi eZakheni

Okhulumela amaphoyisa uFrederick Van Wyk uthe umfowabo kamufi umqubule wamngenisa endleni ngemuva kokudutshulwa.

“Kuthiwa abasolwa bebeduna imoto yalo wesimame okuyi-Toyita Atos. Sekuvulwe icala lokuduna nelokubulala kanti akukaboshwa muntu okwamanje.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.