Akekho owajoyina umzabalazo efuna ukuba ungqongqoshe - Gigaba

2018-02-16 21:02

Cape Town – UNgqongqoshe wezeziMali uMalusi Gigaba utshele izintatheli ukuthi kungumsebenzi kaMengameli ukuqoka oNgqongqoshe, naye usebenza ngaphansi komusa kaMengameli.

UGigaba ubezwakala ezithembile ngesikhathi efika ePhalamende ngoLwesihlanu ebusuku ngaphambi kwenkulumo yesizwe.

Ekhuluma ngenkulumo ezowethulwa uMengameli Cyril Ramaphosa, uGigaba uthe kuzoba yinkulumo enhle futhi uyilangazelele.

OLUNYE UDABA: Ngeke akuhambele ukuvulwa kwePhalamende uZuma

Ngesikhathi ebuzwa ukuthi uyena yini ezokwethula isabelomali ngoFebhuwari 21, kwazise amahlebezi athi uRamaphosa angase enze izinguquko kwiKhabhinethi ngempelasonto, uGigaba uthe: “Ngisebenza ngaphansi komusa kaMengameli.”

“UMengameli oqoka oNgqongqoshe, uyena futhi obakhiphayo. Kusuke kungewona ukuphela komhlaba, sisuke sisengamalungu ePhalamende.

“Akekho owajoyina umzabalazo ngoba efuna ukuba ungqongqoshe, ngakho sizoqhubeka nokusebenzela -ANC nabantu baseNingizimu Afrika lapho sithunywa khona,” esho.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.