Akukaboshwa muntu ngesidumbu esitholakele

2016-08-18 11:30

Cape Town – Ezikadalawane zithi bekungakaboshwa muntu mayelana nesigameko sokutholakala kwesidumbu sowesilisa eMfuleni, eKapa.

Kukholakala ukuthi isidumbu sale ndoda sitholakale sinezingozi ekhanda.

Amaphoyisa asola ukuthi le ndoda ihlaselwe ngumphakathi, kepha lezi zinsolo bezingakaqinisekiswa.

OLUNYE UDABA: Kutholakale isidumbu esigxotshwe yindlovu esiqiwini

Isisulu sitholakale enkundleni yezemidlalo ebudebuduze namaflethi, ngoLwesithathu.

Okhulumela amaphoyisa uConstable Noloyiswa Rwexana uthe: “Umufi ubegqoke udangara oluhlaza sasibhakabhaka nesikibha esiluhlaza satshani.”

Uthe bayaphenya ngalesi sigameko, kanti bekungakaboshwa muntu okwamanje.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.