Akukaboshwa muntu ngesokudutshulwa kwanogada ekhanda

2016-07-27 11:30

Cape Town - Akukaboshwa muntu kulandela isigameko sokudutshuklwa kwanogada ekjhanda phakathi kwseHeideveld naseNyanga eKapa. 

Onogada ababili babeqhuba umsebenzi wabo kujantshi ngesikhathi behlaselwa ekuqaleni kwaleli sonto.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe unogada waphucwa isibhamu eKZN

Okhulumela amphoyisa uFrederick van Wyke uthe: "Kusolwa ukuthi onogada ababili owesilisa nowesifazane babehamba ngakujantshi ngesikhathi amadoda amathathu ayefake omadansane abaluhlaza bebahlasela bebakhiphe izibhamu. Ngaphandle kokubaxwayisa badubula unogada wesilisa ekhanda bathatha isibhamu sakhe ngaphambi kokuthatha esalo wesifazane."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.