Akukaboshwa muntu ngokugqekezwa kwebhilidi lezicishamlilo eKapa

2016-07-19 12:32

Cape Town – Akukaboshwa muntu kulandela isigameko sokugqekezwa kwebhilidi lezicishamlilo eliseNewlands.

La mahhovisi abhekiswa phezulu ngempelasonto izigabengu zabaleka namakhompyutha namathuluzi asetshenziswa uma kufundelwa ukcisha umlilo.

OLUNYE UDABA: Kubanjwe inkunzi abosizo lokuqala eGoli

UPhillip Prinse weTable Mountain National Parks uthe: "Bangene egumbini lethi esihlela kulo izinto bebba amakhompyutha amane, engikhathazeke kakhulu ngakho ukuthi bekunokhiye bezimoto nama-GPS abevalelwe esisefeni."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.