Akukhulunywanga ngekusasa likaZuma emhlanganweni we-NEC

2018-01-11 11:00

Johannesburg – UMengameli Jacob Zuma usazoqhubeka nokuhola izwe ngemuva kokuba isigungu esiphezulu se-ANC [NEC] singakhulumanga ngekusasa lakhe emhlanganweni obuse-East London ngoLwesithathu. 

Amalungu amabili e-NEC atshele iNews24 ukuthi akukhulunywanga ngekusasa likaZuma kulo mhlangano oyisipesheli we-NEC obanjwe ngaphambi komgubho wokusungulwa kwenhlangano ozoba ngoMgqibelo.

Imithombo itshele iNews24 ukuthi lolu daba aluzange lubekwe ezithebeni ngamalungu njengoba ebegxile kulokho okuzokhulunywa ngakho kwi-January 8 statement - okuyinkulumo ezokwethulwa uRamaphosa eBuffalo City Stadium.

OLUNYE UDABA: Kweqe iziboshwa eziyingozi e-E London

Bekunamahlebezi athi abanye balabo abasanda kukhethwa kwi-NEC bazofuna ukuba isigungu simkhiphe uZuma esikhundleni.

Kuthiwa bakhala ngokuthi bafuna ukuhlanza i-ANC ngaphambi kokhetho olumqoka luka-2019.

Omunye umthombo uthe ezinye zezinto okuzokhulunywa ngazo uma sekugujwa iminyaka engu-106 kwasungulwa i-ANC, yizindlela zokulwisana nenkohlakalo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.