Akulimalanga muntu kuqhunyiswa imoto ethwala imali

2017-04-01 14:44

Johannesburg – Abantu abathathu kudingeke bahlolwe ngoMgqibelo ngesikhathi kuqhunyiswa imoto ethwala imali ku-R24 ngakuBarbara road e-East Rand, kusho abosizo lokuqala.

"Ngemuva kwehora leshumi nomuvo, abosizo lokuqala bakwa-ER24 bafike endaweni yesigameko nokuyilapho bethole khona iveni yonogada iqhunyisiwe,” kusho okhulumela i-ER24 uWerner Vermaak.

"Onogada ababili batholakale endaweni yesigameko. Bobabili bahlolwe ngabosizo lokuqala, kwatholakala ukuthi bebengalimele.”

UVermaak uthe kube sekwenzeka enye ingozi ngsikhathi imoto ethile ishaywa okuthile okuphume kuqhuma imoto.

OLUNYE UDABA: Owesifazane uqolwe ngomunye u-R20 000

"Umshayeli obesemotweni uhloliwe kodwa naye ubengalimele.”

Abantu batshelwe ukuba balindele ukubambezeleka uma beya e-OR Tambo International Airport.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Lungiso Dlamini uthe abasolwa babaleke nesamba semali esingadalulwanga.

Uphenyo luyaqhubeka.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.