Akumfanele ukubhadla ejele uMomberg, kusho ozwelana naye

2018-04-12 12:37

Johannesburg - Umuntu ozwelana noVicki Momberg uthe uMomberg akumufanele ukubhadla ejele.

Lo wesifazane, ongathandanga lidalulwe igama lakhe, uthe leli cala ligqugquzelwa ngezombusazwe.

Uthe naye useke waba esimeni esifana nesikaMomberg.

"Ngesikhathi ngikulesi simo, ngavele "ngasangana"," usho njalo.

OLUNYE UDABA:Ubuyela inkantolo owabiza iphoyisa ngekhafula

"Ngathuka inhlamba, ngasho yonke into le engiyithandayo."

Lo wesifazane uthe empeleni, wonke umuntu unobandlululo.

UMomberg wagwetshwa iminyaka emibili ejele ngemuva kokulahlwa amacala amane okudicikela phansi isithunzi somuntu omnyama, ebiza amaphoyisa ayemsiza esigamekweni sokkwebelwa emotweni yakhe, ngamakhafula.

Ithimba lakhe labameli, lifuna isigwebo sakhe sisulwe.

 - eNCA



NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.