Akusensukuzatshwala iphume eyoNdabuzekwayo

2016-07-27 19:00

Durban - Akusensukuzatshwala iphume i-albhamu ebhekwe ngabomvu yoNdabuzekwayo ogama layo i-Money Maker.

Kulindeleke ukuba iphume ngoMsombuluko le albhamu yoNdabuzekwayo okungabaculi abangaconsi phansi kubalandeli babo iGeza lakwaMgube, iChalaha kanye neGcokama Elisha.

OLUNYE UDABA:Baphawula ngamaculo abawadlalayo uma benza ucansi

Ngokusho kukaMenziwa Biyela ongomunye wabaphathi balaba baculi, le albhamu yenziwe ngokubambisana nabanye abaculi abathathu bakaMaskandi kanye nembongi uKwazi Nsele.

"Into eyenze ukuba basebenzisane nabanye abaculi wukuthi laba baculi bafuna ukudala ubumbano, ukubuyisana nanye nokuzwana kule mboni ngoba sekukaningi abaculi bakaMaskandi begxekwa ngokuhilizisana okungenaso isidingo," kusho uBiyela.

Ingoma ehamba phambi yesihloko sayo i-albhamu kubongwa inhlangano kaSABC ngokubonisa ukweseka umculo walapha ekhaya ngo-90%.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

-Izindaba.News24

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.