Akusiwo wonke amadoda 'angodoti' - Umlingisi

2017-02-18 18:04

Johannesburg - Kubukeka siyinyathele emsileni isihlabani sakumabonakude esikhonze ukuzivocavoca, uKhabonina Qubheka, odlala indawo kaNina Zamdela kwiSidingo esitshengisa ku-SABC 3 phakathi nezinsuku.

Lo mlingisi uzwakalise umbono wakhe enkundleni yezokuxhumana iTwitter, wathi abantu besifazane kufanele baguqule imicabango yabo ukuze bezokwazi ukuthola amadoda abawafunayo.

OLUNYE UDABA: Umlenze kaKhabonina ushiye abantu bengawuvali umlomo

Iningi labalandeli bakhe alizange livumelane nombono wakhe futhi alizxange lingabaze ukumazisa.

"Sicela ubuyele ekufakeni izithombe zakho ukanuza odongeni noma esani nje," kusho omunye wabalandeli bakhe obecikekile.

Lesi sihlabani asikugqizanga qakala lokho saqhubeka nokuthi akusiwo wonke amadoda angodoti!

 -DailySun

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.