Akuthathwa ama-selfie uma kuvotwa - IEC

2016-07-20 20:30

Durban - Sekuxwayiswe abantu ukuba bangathithi izithombe “ama-selfie” uma bevota, kubika iSowetan.

UMatewu Mosery weKhomishana Ezimele yoKhetho ukhiphe lesi sixwayiso emhlanganweni lapho bebeveza khona ukuthi konke sekumi ngomumo kwesokuvota.

OLUNYE UDABA:Awavumelekile ama-selfie uma sekuvotwa!

UMosery uthe akukho semthethweni ukuthatha izithombe namaphepha okuvota ngoba kwephula umthetho wokugcina ivoti liyimfihlo.

“Bangu-5.4 miliyoni abantu ababhalisele ukuvota futhi silindele ukuthi bafike bonke bazovota futhi konke sekumi ngomumo njengoba sekushicilelwa amaphepha okugcina okuvota.

"Abantu kumele balandele imithetho ebekiwe yokuvota futhi akuvumelekile ukuthathwa kwezithombe,"kusho yena.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.