Durban - UDon Laka ukusho lokhu enkundleni yezokuxhumana u-Facebook ethi uqala ingxoxo nabalandeli bakhe. Le nkulumo eyehlanga kakhe kubalandeli bakhe ngoba bese bemgxeka ngezinkulumo zakhe eziningi ezibonisa ukugxeka insindiso.
ULaka mculi akazange agudluke kwimibono yakhe ngokuthi: “UJesu akayena uNkulunkulu, angiwuboni umqondo ekutheni uNkulunkulu uyasizona isono kodwa akasiphelisi.
OLUNYE UDABA:Umfundisi wenyoka uthi unkulunkulu wakhuluma kuye.
“Esikhundleni salokho uthumela indodana yakhe ukuba ife kabuhlungu ukuze sonke sihlanzisiswe, uma enamandla kungani engasiqedi isono?”kusho yena.
Akagcinanga lapho ngoba uqhubeke wathi isiphi isidingo sokubakhona kukaNkulunkulu ongenandaba nabanye abantu kodwa uyena uMdali, kubika iSowetan.