Akuyena kuphela uZuma oyinkinga kwi-ANC - Chikane

2016-08-11 14:29

Johannesburg – UReverend Framk Chikane uthi sisekhona isikhathi sokuba iqembu elibusayo lilungise izinto, liphinde lithenjwe ngabantu.

Ingqalabutho ye-ANC ikhiphe usomqulu eyawunikeza abaholi beqembu elibusayo ngaphambi kokhetho lohulumeni bezindawo izwakalisa ukukhathazeka ngokuthi i-ANC ingase ilahlekelwe omasipala abakhulu.

UReverend Chikane uthi kuyakhathaza ukwehla kwezinga lokuthenjwa kweqembu elibusayo kanti futhi nendlela izinga elehla ngayo, leli qembu lingase lingalungobi ukhetho lukazwelonke.

Funda nalolu dabaSigwetshiwe isigebengu esaphuza idilinki sizophanga

Uthi amalungu agcwele inkohlakalo akumele ahole inhlangano, futhi ukholelwa ukuthi kungumsebenzi wakhe ukulwela ushintsho.

"Isinqumo bangasithatha kusasa bathi sizokwenza ushintsho. ‘Uma bengalwenzi ushintsho izinto zizoqhubeka kanjena nango-2017.”

UChikane uthi inking kuyona uMengameli uJacob Zuma kuphela, kodwa ubuholi bonke be-ANC.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.