Alifuni ukwehla iizinga lemijondolo kuleli - Ucwaningo

2016-07-01 11:30

Johannebsurg - Lisaphezulu kakhulu izinga labantu abahlala emijondolo nakuba ehulumeni eqhubeka nemizamo yokwakha izindlu ezingcono.

Emizini engu-16.9 million kuleli, isibalo sabantu abahlala emijondolo simu ku-13% ngo-2006.

Lesi sibalo sehle kancane kwesango-2011 esasimi ku-13.6%.

Le mininingwane idalulwe ngesikhathi kukhishwa iCommunity Survey 2016 ePitoli ngoLwesine ebusuku.

Funda nalolu daba: Uzale ingane wayihlahlela ngocelemba

Ngo-2001‚ u-16.4% wemindeni wawuhlala eijondolo.

Ucwaningo luphinde lwaveza ukuthi u-7% wemindeni zesintu kanti kanti u-79.2% wemindeni uhlala ezindlini ezisesimeni esingcono.

Lenyukile izinga lemindeni ehlala ezindlini ezikahle uma kuqhathaniswa nango-2011 ngesikhathi limi ku-77.6%, kubika iTimesLive.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.