Alikacaci kahle ikusasa likaZuma kulandela umhlangano we-NEC

2018-01-20 10:36

eGoli -  Ayicacile kahle imiphumela yomhlangano wesigungu esiphezulu se-ANC obungoLwesihlanu ebusuku.

Kubonakala sengathi uMengameli we-ANC uCyril Ramaphosa usethole umhlahlandlela okhanyayo mayelana nesinqumo sokubonisana ngokwehla kukaMengameli uJacob Zuma.

Abalandeli bakaRamaphosa babonakala bebanigi kulesi sigungu esiphezulu sikaKhongolose.

Kuthiwa lesi sigungu sizosungula ikomiti okuyilona elizodikadikana nemigomo nemibandela yokwehla esikhundleni kukaMengameli uZuma.

OLUNYE UDABA:UMengameli Zuma uthi uyajabula ngendima ayidlalile kwi-ANC

Le nkulumo-mpikiswano iqale ngoLwesihlanu emini, lokhu kungemuva kukuba uDavid Masondo enze isiphakamiso sokuba etshe esikhundleni, lesi siphakamiso sesekwi yiPhini likaNgqongqoshe wezoLimo uBheki Cele.

Lo bekungumhlangano wokuqala we-NEC selokhu kwenziwa umcimbi wokugubha iminyaka engu-106 ekuqaleni kwale nyanga.

"Sizoba nomengameli omusha kungekudala," kusho elinye lamalungu e-NEC.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.