'Alikho e-Afrika iqembu eselisebenze ukwedlula i-ANC'

2016-07-18 08:33

Polokwane – Alikho e-Afrika iqembu elibusayo eselishintshe izimpilo zabantu njenge-African National Congress, kusho iphini likaMengameli, uCyril Ramaphosa ngeSonto.

Ekhuluma nezinkumbi zabalanddeli be-ANC ePeter Mokaba Stadium ePolokwane, uthe i-ANC isafuna ukukhulula abantu abakhungethwe ububha.

Funda nalolu daba: Kushone oyedwa kusha umuzi

Ukukhulula abantu ngaphansi kobandlululo kwakungeminye yemizabalazo okwakuhloswe ngayo ukuletha izinguquko kwezomnotho nasemiphakathini, kusho uRamaphosa.

Uqhube wathi iqembu libusayo ngeke liwabekezelele amakhansela anomhawu.

  - ANA 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.