Alokhu angene njalo awenduduzo emndenini kaPhuzekhemisi

2017-11-01 18:01

eThekwini - Abathandi bomculo kaMaskandi bahlanganyele ndawonye bedlulisa amazwi enduduzo emndenini wakwaMnyandu, eMkhomazi, ngokudlula emhlabeni kwendodana yenkakha kulo mculo, uPhuzekhemisi.

UMagugu Mnyandu oyindodana kaZibokwakhe "Phuzekhemisi" Mnyandu ubesebenzisana noyise eyingxenye yamagidangoma akhe.

Lo mculi ushone engozini yomgwaqo kulandela ukushayiswa yimoto ewela kuthelawayeka u-N2 ngeSonto.

UNgqongqoshe wezobuCiko namaSiko esifundazweni iKwaZulu-Natal, uBongiwe Sithole-Moloi, udlulise amazwi enduduzo emndenini walo mculi kamaskandi.

UMagugu uzobekwa ekhaya lakhe lokugcina ngoMgqibelo kanti inkonzo izoba sesikoleni samabanga aphansi iNkanini, ngaseMkhomazi.

OLUNYE UDABA:BUKA: Umculi omusha 'ozomisa kabi uBabes eThekwini'

Kusenjalo, uSithole-Moloi ubuye wadlulisa amazwi enduduzo nasemndenini wenkakha yomculo weJazz, uTheo Bophela, osanda kudlula emhlabeni.

UBophela ongowaselokishini eNanda kanti unomlando omuhle kwezomculo njengoba ake asebenzisana noGibson Kente emculweni kanye nokuba wumqondisi emdlalweni weshashalazi, iMadiba’s Farewell.

Inkonzo yesikhumbuzo kaBophela izoba ngomhlaka-2 kuNovemba eBAT Center eThekwini kanti inkonzo yomngcwabo izoba sesontweni i-UCC Congregational Church, eNanda, ngoMgqibelo ngomhlaka-4 Novemba.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.