Alokhu angene njalo awenduduzo ngokudlula emhlabeni kukaSipho Khumalo

2017-09-27 14:02

Durban - UMnyango wezokuPhepha nokuVikeleka koMphakathi kanye nezokuXhumana kwaZulu-Natal, abahleli bamaphepha kanye nezintatheli badlulise amazwi enduduzo ngokushona kwentatheli esimnkantshubomvu uSipho Khumalo.

UKhumalo ubesesebenzela lo Mnyango njengesikhulu sezokuxhumana kanti udlule emhlabeni ngoLwesibili esibhedlela saseThekwini ngemuva kokuxinwa wukugula isikhashana.

Ukuzwakala kwezindaba zokudlula kwakhe emhlabeni kudumaze abaningi, ikakhulukazi izintatheli zaseThekwini ezike zathola ithuba lokusebenzisana naye.

OLUNYE UDABA:Alokhu angene njalo awenduduzo ngokudlula emhlabeni kukaRonnie

Umndeni kaKhumalo ukhiphe isitatimende sokuqinisekisa ukudlula kwakhe emhlabeni.

UKhumalo ubengomunye wabasunguli benhlanhano emele izintatheli, futhi eyilungu lenhlangano yakuleli emele ababhali.

Uhlonishwa kakhulu ngemisebenzi yakhe yokubhala, kanye nokuhlela.

Waba namagalelo amakhulu ekusungulweni kweDurban Newspaper Group, eyintatheli eqavile ngezikhathi zobandlululo.

Kuyo yonke imisebenzi yakhe, uKhumalo ukhunjulwa kakhulu ngokufundisa kanye nokucathulisa izintatheli ezisafufusa ezifikela ngaphansi kwesandla sakhe.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.