Alokhu egeleze njalo awenduduzo ngokudlula kukaTsekeleke

2017-08-02 11:06

Johannesburg - Alokhu egeleze njalo amazwi enduduzo ezinkundleni zokuxhumana kulandela ukudlula emhlabeni kwesihlabani somculo weKwaito uMixon Tholo obedume kakhulu ngelikaTsekeleke okanye uFatty Boom Boom.

UTsekeleke udlule emhlabeni izolo (ngoLwesibili) ebusuku ngezithuba zabo-19:00 esibhedlela saseVosloorus ngenxa yezinkinga zesifo sikashukela.

OLUNYE UDABA:Alokhu egeleze njalo awenduduzo ngokudlula emhlabeni kukaRay Phiri

Osaziwayo kanjalo nezikhulu zikahulumeni badlulise amazwi enduduzo enkundleni yezokuxhumana iTwitter.

UTsekelele ubelokhu ephuma engena esibhedlela, kwaze kwafika ekutheni ashumpulwe umlenze.

UMax 'Chief' Mjamba, obengumngani omkhulu kaTsekelele uthe lesi sihlabani besisezinhlungwini ngezinsuku zaso zokugcina.

"Nguye obondla umndeni wakhe. Imali ubeyithola ngokunandisa. Ubesexhunywe amapayipi engakwazi ukukhuluma kodwa ubezwa," kusho uMjamba etshela iTshisaLive.

 - TWITTER:

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.