Alokhu engene njalo amazwi enduduzo ngokushona kukaNgqongqoshe

2016-07-08 11:33

Johannesburg - Ilokhu itheleke njalo imiyalezo yamazwi enduduzo kulandela ukushona kukaNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi eNorth West obephinde abeyiphini likanobhala we-ANC esifundazweni, uKgagamatso Nkewu, oshone ngoLwesine engozini yemoto.

Ingozi yenzeke ngaphandle kwaseVryburg ngesikhathi imoto yomsebenzi kaNkewu ishayisana nobehamba ngebhayisikili ngaphambi kokuba aphunyukwe ysiteringi, yagingqika yasha.

Funda nalolu daba: Kulimale abasolwa bathathu kudutshulwana noKlebe

UNkewu nobehamba ngebhayisikili bashonile. 

UDakota Legoete, we-ANC, uthi uNkewu ubashiye bengalindele, besalindele okuningi kuyena, kubika iSABC.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.