Amadoda amabili agasele esitolo okudayiswa kuso ikhofi

2017-01-20 16:00

Johannesburg - Amaphoyisa aphenya ngesigameko sokuphangwa kwesitolo esiseWterfall Corner, eMidrand.

Ngokwemibiko yephephandaba lomphakathi i-Midrand Reporter amadoda amabili agasele kulesi sitolo ehlomile.

Owamaphoyisa aseMidrand uCaptain Lionel Chetty uthe la madoda athathe iwashi likanokusho lohlobo lwe-Rolex kanye nomakhalekhukhwini kulesi sigameko.

OLUNYE UDABA:'Abazange bakhiphe izibhamu ababambe isitolo esiseMhlanga'

Kuthiwa lo makhalekhukhwini ofakwe i-tracker utholakale eSamrand, ngaku-N1.

Amaphoyisa athe akekho olimalile kulesi sigameko futhi azohlolisisa kahle amakhamera ukubona ukuthi kwenzakaleni ngesikhathi kuqhubeka lesi sigameko.

Umnikazi wesitolo utshele amaphoyisa ukuthi abasolwa bebehamba ngemoto yohlobo lweFord ST emhlophe engenazo izinombolo.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.