Amadoda angenayo imali ashaya into ecokeme ekamelweni

2017-02-22 18:02

Durban - Yini eyenza amadoda angenamali nahola kancane kunophathini babo ashaye into ecokeme ekamelweni ngaso sonke isikhathi?

Ayenzisisa ukuvala isikhala salokhu abangenakho

La madoda ngokusho komhlaziyi wezothando u-Arianna Jeret aqaphela kakhulu isimo sokuphilisana nophathina babo kunempilo yobukhazikhazi.

Athembekile

Akukho okudlula ukuthola ubumnandi ekamelweni nendoda eqotho, lokhu kukwenza ube nogqozi kanye nokuzethemba ngoba uyazi ukuthi isithandwa sakho sibheke wena wedwa. Ucwaningo luveza ukuthi amadoda anemali athwele ilunda futhi avame ukuba ngamasoka.

Awakhathazekile ngomsebenzi

Indoda engenamali ayinazo izinkinga zomsebenzi ngakho-ke ihlezi inomdlandla futhi izimisele ukwenza noma yini. Ayifani namadoda asebenza kahle azohlezi ebalisa ngezinto eziningi.

Ucwaningo luveza ukuthi amadoda amaningi ahola kancane kunamakhosikazi avutha amalangabi ekamelweni futhi bayakuthokozela okwenziwa embhedeni ngaso sonke isikhathi.

Awazitsheli kangako

Amadoda ahola kancane awalithwele ilunda ngoba awanakho ukuzitshela ngokuthi anani futhi angabenzelani abantu.

Amadoda angenayo imali agxila ekuqinisekiseni ukuthi uphathina wakhe wenelisekile, kubika ibhuku iTrue Love.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.