Amagwala uwabona ngokuthi asungule awawo amaqembu - Zuma

2016-07-31 09:00

Bloemfontein - Amaqembu aphikisayo asungulwa abantu ababediniwe ngoba bexoshiwe emaqenjini abo, kusho uMengameli Jacob Zuma ngoMgqibelo.  

"Votelani i-ANC ukuze izoqina kakhulu. Amaqembu aphikisayo ngeke akwazi ukushintsha izimpilo zabantu. UKhongolose yiwo ongathatha abantu ubabeke endaweni engcono," esho etshela izakhamuzi eThaba Nchu, eFree State.

OLUNYE UDABA: Umengameli Zuma usephinde wagadla futhi kuMaimane

UZuma uphinde waxwayisa abantu ukuthi bangalenzi iphutha bavotele i-African Independent Congress (AIC) yaseMatatiele, e-Eastern Cape, eyathola izihlalo ePhalamende ngemuva kokuthi abanye abavoti benze iphutha bashaya isiphambano kuyona bethi bavotela i-ANC.

"Kumele uqikelele ukuthi ukhetha iqembu okuyilo uma uvota," esho.

"Ngithokozile kakhulu ngokuhamba ngize ngifike eThaba Nchu, osekusele manje ukuthi sibumbane ukuze senze inhlangano idlondlobale."

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.