'Amalungu e-ANC ayovota namaqembu aphikisayo befuna uZuma ahambe azobe engabadayisi'

2017-05-18 11:02

Johannesburg – I-ANC isikhiphe isexwayiso esiqinile sokuthi ngeke ibabekezelele labo abayovota kanye namaqembu aphikisayo esiphakamisweni sokungabethembi ubuholi bukaMengameli Jacob Zuma.

UNobhala Jikelele we-ANC uGwede Mantashe uthe uma amalungu e-ANC ePhalamende eseka isiphakamiso esifakwe yiDemocratic Alliance futhi esesekwa ngamaqebu aphikisayo, “lokho kuzobe kusho ukudayisa.”

"Kuzobe kungukuphuma endleleni, kungukudayisa,” kusho uMantashe etshela iNews24.

OLUNYE UDABA: I-MTN ihlawuliswe izigidi zamarandi

Uthe amalungu e-ANC angeneme ngoZuma kungangcono aqhubeke nokuyilwa ngaphakathi enhlanganweni leyo ndaba.

UMantashe ubephendula izinsolo ezithi maningi amalungu e-ANC ePhalamende azovotela ukuba uZuma aphume esikhundleni, ikakhulukazi uma iNkantolo yoMthethosisekelo ithi kumele ukuvota kube yimfihlo ePhalamende.

UMantashe uphinde wathi amalungu e-ANC afuna uZuma ahambe azolithola uthuba lokubeka lolu daba emhlanganweni weKomiti eliphezulu kuzwelonke (NEC) ngesonto elizayo. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.