Amalungu e-ANC ePhalamende asehoxile kwelokuphenywa kukaMvikeli woMphakathi

2017-10-25 14:00

Cape Town – Uphenyo ngoMvikeli woMphakathi uBusisiwe Mkhwebane ngeke lusaqhubeka, ngemuva kokuba amalungu e-ANC ekomidini lezobulungiswa kanye nokuhlunyeleliswa kwezimilo eluvalile uhlelo ngoLwesithathu.

Kusukela ekuqaleni kohlelo, amalungu ayengaboni ngasolinye ngemuva kokuba awe-ANC ePhalamende edalule ukuthi kunemiqulu angakayitholi kodwa esitholwe iwona wonke amanye amalungu ePhalamende.

Ngemuva kwalokho, isigungu se-ANC sibe sesiphikisana namanye amalungu ePhalamende mayelana nokuthi kwavunyelwana ngokuthi ngomhlaka-10 Okthoba, kuzokwenziwa uphenyo ngokuziphatha kukaMkhwebane emhlanganweni wekomidi.

Ilungu le-ANC ePhalamende uMadipoane Mothapo lithe bavumelana kuphela ngokulubhekisisa lolu daba kwikomidi.

OLUNYE UDABA: Indoda isolwa ngokudlwengula umsizi wasendlini, yamphoqa ukuba alale nenja

Uzakwabo, uLoyiso Mpumlwana, uthi babengakasithathi isinqumo mayelana nokuthi ngabe sikhona yini isidingo sophenyo.

USihlalo wekomidi uMathole Motshekga – okwakhishwa isitatimende ngomhlaka-10 Okthoba esithi: “Ikomidi livumile ukuba kwenziwe uphenyo ngesicelo sokususwa kukaMvikeli woMphakathi”- naye useyaphika, njengoba evumelana nozakwabo be-ANC.

Amaqembu aphikisayo ePhalamende aweneme ngalokhu njengoba ethi kwasekuvunyelwene ngokwenziwa kophenyo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.