Amalungu omphakathi atalabhe abulala osolwa ngokuthumba eLimpopo

2016-07-12 13:31

Johannesburg - Amaphoyisa aseLimpopo athungatha amadoda amathathu adabuka eBangladesh asolwa ngokuthumba enye indoda edabuka kwelakubo ngempelasonto.

Indoda yesine yashaywa yaze yashona ngamalungu omphakathi ezwa ngalesi sigamekobezwa isisulu simemeza sifuna usizo. 

OLUNYE UDABA: Iqulu labantu lizame ukushisa izindlu zamaphoyisa

ULieutenant-Colonel Moatshe Ngoepe utshele iSowetanLive ukuthi: "Isisulu esineminyaka engu-34 ubudala sahanjiswa emzini oKwakwalata eMapela lapho esafike sacela usizo, amalungu omphakathi asisiza.

"Amalungu omphakathi abamba umsolwa oyedwa amthalabha waze washona."

UNgoepe uphinde wathi abanye abasolwa bakwazi ukulibalekela iqulu labantu, isisulu sahlengwa.

Kubikwa ukuthi abasolwa babefuna isamba semali emdnenini wesisulu.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.