Amanesi asolwa ngokuxosha obesikwa emtholampilo waseMpangeni

2016-07-05 10:02

Durban – Uthi namanje akasikholwa isihluku samanesi asemthomampilo wangakubo owesifazane waKwaMbonambi, eMpangeni, athi uxoshe indodakazi yakhe isikwa.

UZodwa Ngema uthi kwale kancane azibelethisele indodakazi yakhe uSibongile Mkhwanazi, 19, ojikiswe emtholampilo waseNseleni eseqhunyelwe ngisho amanzi.

Lesi sigameko senzeka ngomhlaka-25 Juni.

Uthi indodakazi yaqala ukusikwa yase iqhunyelwa amanzi, babiza i-ambulensi yabaphuthumisa kulo mtholampilo.

OLUNYE UDABA: Ubelethele endlini yangasese ojikiswe amanesi

UNgema uthi amanesi ashiya angalazi, ethi uMkhwanazo akaye emtholampilo abeklikha kuwo.

Bathi badudwa ukuthi ama-ambulensi amahhala yingakho bezenzela umathanda.

UNgema uthi umtholampilo obuhanjwa wuMkhwanazi awuvuli ngezimpelasonto nasebusuku.

Uthi balinde kwaze kwasa, bagibela amatekisi baya esibhedlela iLower Mfolozi War Memorial, lapho indidakazi yakhe ibelethele khona ngeSonto ekuseni.

Thola udaba oluphelele ephephandabeni iLANGA.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.