Amanzi aseNairobi aqukethe ama-ARVs - Ucwaningo

2016-07-04 13:31

Nairobi – Izakhamuzi zaseNairobi eKisumu ezweni laseKenya ziphuza amanzi anemishanguzo yokuthithibalisa ingculazi, ngokocwaningo, kusho imibiko.

Ucwaningo olwenziwe yi-University of Eldoret neGhent University, eBelgium, luveze ukuthi amanzi akulelizwe anezithako ezisetshenziswa ukukhiqiza ama-ARVs, ama-antibiotics, ama-hormones nama-anti-depressants.

Funda nalolu daba: Kuvalwe amasonto ngemizamo yokwehlisa umsindo

Nakuba kutholakale izithako zamaphilisi emanzini, bezincane kakhulu kunalezo ezisuke zisemaphilisini.

Ekhuluma kwiDaily Nation, uKenneth K’oreje uthe nakuba kungatholakalanga isikhako esiningi emanzini kodwa lokhu kusangenza amaphilisi analezi zithako angasebenzi kubantu abaphuza kulamanzi uma sebewadinga.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.