Amaphoyisa abambe izigebengu zisahuqa ubuthongo

2016-07-22 16:05

Mangaung - Kube isimo esingajwayelekile amaphoyisa aseBloemfontein ebamba izigebengu ebezizela nempahla eyebiwe.

Usayitsheni Ikobeng Hlubi wasesiteshini saseMangaung uthe: “ Amaphoyisa afike ekuseni izigebengu zisalele azithatha kanye nempahla eyebiwe etholakale kuzo.”

OLUNYE UDABA:Amaphoyisa asindise intombazane, 8, iganiswa ngenkani

La maphoyisa abeholwa ukhomanda wesiteshi uLieutenant-Colonel Ben Bolsiek ngesikhathi ethola lezi zigebengu ebekukade zithungathwa.

Omunye wabasolwa ababili uzamile ukubaleka kodwa amaphoyisa asheshe amcaphuna engakafiki nakwibanga elitheni, kubika i-The Star

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.