Amaphoyisa 'abeziphuzela obhiya' kubulawa umfundisi

2016-07-27 14:33

Abuja – Izakhamuzi zaseHalleluyah Quaters e-Ibafo LGA esifundeni sase-Ogun ziyathuthumela kulandela ukubulawa komfundisi wamaSulumane oneminyaka engu-85 ubudala endaweni.

Ngokombiko wePunch, oshayasibhamu bagasele emphakathini ngoMsombuluko, bathumba baphinde babulala uKareem Olaiya.

Funda nalolu daba:  Ucishe wafa obengafuni kusokwe indodakazi yakhe

Ngesikhathi sesehlakalo, esidonse amahora amabili, kuthiwa amaphoyisa abonakale ezihlalele emotweni yawo, eziphuzela obhiya.

Nakuba ecelwa ukuba azosiza, amaphoyisa ahlulekile ukuzolekelela izakhamizi, nokushiye abantu beshaqekile.

Okhulumela amaphoyisa, uMuyiwa Adejobi, uthe amaphoyisa athe awezwanga ngesehlakalo wona.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.