Amaphoyisa abophe abebeqhuba amakilasi okuqeqeshelwa ucansi

2018-02-28 12:31

Bangkok – Amaphoyisa aseThailand agaxe ozankosi izivakashi eziyishumi eziqhamuka eRussia ngezinsolo zokuhlela amakilasi okuqeqeshelwa ucansi, edolobheni iPattaya.

Amaphoyisa athi zingu-33 sezizonke izivakashi zaseRussia ebezihambele la makilasi abebanjelwe ehhotela, kepha kwaboshwa eziyishumi kuphela ngeSonto ngamacala ahlobene nokusebenza ngaphandle kwemvume.

"Izikhulu zehhotela zithi bezingenayo imininingwane mayelana nalesi sigameko kodwa bebazi ukuthi kuzoqeqeshwa abantu," kusho okhulumela amaphoyisa asePattaya uPiyapong Ensarn, etshela i-AFP.

OLUNYE UDABA: Abantu bazitike ngocansi lwamahhala kungcwatshwa isigebengu

"Abanye abebeyingxenye yaleli kilasi batshele amaphoyisa ukuthi bakhokhe u-$640 kepha abanye bathi bebefunda mahhala."

Omunye wabasolwa ohlonzwe ngelika-Alexander Kirilov, 38, amaphoyisa amchaze njengomgqugquzeli waloku kuqeqeshwa.

Amaphoyisa aphinde ashaqa nezikibha ezinemibhalo ekhuluma ngocansi kanye nezitifiketi ebezizonikezwa labo abebeyingxenye yala makilasi.

Kubikwa ukuthi iyinkinga indaba yemboni yocansi olubandakanya izivakashi kuleliya lizwe, njengoba ukuqwayiza kungekho emthethweni eThailand.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
 

Keep your family and pets safe from rabies

The recent outbreak of rabies in South Africa has brought to light how terrible this disease is and how as pet parents we need to be vigilant to keep our families safe.

 

Paws

5 scientific benefits of owning a cat
Why we love cats
8 great natural remedies for your pet
How to clean your dog’s eyes
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.