Amaphoyisa abulale abantu abahlanu abasolwa ngobushokobezi

2017-08-18 11:00

Barcelona – Amaphoyisa aseSpain adubule abulala abantu abahlanu ebabephethe amabhomu okukholakala ukuthi basondelene nalabo abahlasele ngemoto babulala abantu abangu-13 eBarcelona.

I-Islamic State izwakalize ukuthi iyona ethinteka esigamekweni semoto okushone kusona abantu abangu-13 ngoLwesine.

Kuboshwe abantu ababili ngemuva kokuba iveni ishayise yabulala abantu abangu-13 endaweni ethandwa kakhulu yizivakashi eBarcelona, iLas Ramblas, ngoLwesine ntambama.

Babalelwa kwabangu-100 abantu abalimele kulesi sigameko. Umshayeli ubaleke ngonyawo kanti ngoLwesihlanu ekuseni ubengakatholakali.

OLUNYE UDABA: Ushonele e-rehab obethanda kakhulu i-internet

Uhulumeni uthe abantu abahlanu babulawe ngamaphoyisa ngoLwesihlanu ngesikhathi elandela umbiko ngesigameko sobushokobezi ekuseni.

IMeya uCami Mendoza uthe abasolwa bebehlela ukuhlasela eCambrils.

UNgqongqoshe wezangaPhakathi uJoaquin Forn utshele umsakazo ukuthi lezi zigameko zihlobene.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.