Amaphoyisa abulale abavukuzi abane, abasebenza ngokungemthetho

2017-11-23 19:01

eKurhuleni - Kudutshulwe kwabulawa abavukuzi abane abebesebenza ngokungemthethu kwaboshwa abanye abangu-17.

Lokhu kwenzeke ngesikhathi kudutshulwana eDawn Park eGoli ngoLwesine ekuseni.

Isigameko sokudubulana siqale ngesikhathi amaphoyisa kanye namaphoyisa kaMasipala waseKurhuleni behlola isimo kulandela imibiko mayelana neziqhumani eziqhunyiswa lapho kuvukuzwa khona ngokungemthetho.

OKUNYE UDABA:Amalungu e-Amcu ahlelele ovalweni

Okhulumela amaphoyisa uColonel Lungelo Dlamini usiqinisekisile lesi sigameko sokubulawa kwabavukuzi kanye nokuboshwa kwabanye ozakwabo.

"Laba ababoshiwe babhekene namacala okuzama ukubulala, kanye nokuphatha izikhali ezingekho emthethweni," kusho uDlamini.

Uthi amaphoyisa asazama ukuqinisekisa imininingwane yalaba ababoshiwe kanti okuveleli okwamanje wukuthi badabuka kwelaseLesotho.

Abezimo eziphuthumayo ababizelwe kule ndawo balaphe abanye abavukuze abebelimele kanye nephoyisa elilodwa, bonke balashelwe kule ndawo ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.