Amaphoyisa abulale owesifazane obezivalele endlini nengane

2016-08-03 11:01

Randallstown  - Amaphoyisa aseBaltimore athi adubule abulala owesifazane obezivalele nengane endlini ewakhombe ngesibhamu.

Iziphathimandla zithi umfana oneminyaka emihlanu ubudala udubulekile ngoMsombuluko waphuthunyiswa esibhedlela.

Amaphoyisa awazange asho ukuthi ngabe ingane idutshulw engowesifazane yini noma amaphoyisa.

Funda nalolu daba: Ingane,13, inqatshelwe ukuhushula isisu

Amaphoyisa athi aye kule ndlu ngezithuba zabo-9:25 ekuseni ephethe incwadi egunyaza ukubopha umsolwa.

Athi ngesikhathi engena endlini, uKorryn Gaines,23, ubehleli phansi, ekhombe ngesibhamu ingane.

Amaphoyisa athi adubule uGain naye waphindisela.

Owesifazanbe ushonele khona lapho. Alikho iphoyisa elitholeukulimala.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.