Amaphoyisa acela ukufuniswa odle phansi eqeda kushayisa umuntu

2016-07-07 20:30

Cape Town - Amaphoyisa ase-Augrabies esifundazweni sase-Northern Cape acela umphakathi ulekelele ngokuxozulula icala lokushayiswa kowesilisa.

Lo wesilisa oneminyaka engu-51 ubudala ushayiswe ku-R539 ngasepulazini iWitklip.

OLUNYE UDABA:Ligwetshiwe ibhungu ‘elafinyisa’ amaphoyisa amane igazi

Okhulumela amaphoyisa uDimakatso Mooi uthe amaphoyisa athole imininingwano yokuthi kunesidumbu somuntu kuR539.

Uma efika endaweni yesigameko, akekho okwazile ukunikezela ngolwazi lokuthi kwenzakaleni kodwa basola ukuthi ushayiswe imoto.

Amaphoyisa acela ukuthi uma kukhona onolwazi axhumane nephoyisa eliphenyayo uConstable Tshabalala ku- 082 260 0640 noma 054 451 0391.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.