Amaphoyisa acela ukufuniswa olahlekile eMehlamnyama

2017-09-19 13:59

Durban - Amaphoyisa asendaweni yaseMehlomnyama ePort Shepstone acela ukufuniswa umfundi olahlekile.

UMandisa Mkhize, 15, waseMehlomnyama wagcina ukubonakala ngolwesihlanu mhlaka 15 kwephezulu ephuma esikoleni khona kule ndawo emini.

OLUNYE UDABA:OLAHLEKILE: UThobile Kunene wahamba ekhaya eyothenga ukudla ezitolo

Le ntombazane ibigqoke imifaniswano yesikole, ijezi elimnyama nengubo yesikole ehlaza.

Kucelwa wonke umuntu ongaba nolwazi ngokuthi iphi le ngane axhumane noWarrant Officer Bonginkosi Bhengu ku- 079 5000 600.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.