Amaphoyisa acela usizo lokufuniswa ingane edukile

2018-01-03 07:24

Durban - Amaphoyisa acela usizo emphakathi ngokufuniswa intombazane eneminyaka engu-3 ubudala ogama layo nguSphesihle Zama Dlamini.

Le ntombazanyana yayisentontweni eMandawe ngomhlaka-31 Disemba 2017. Yayidlala nezinye izingane, kodwa kuthe umama wayo eseyifuna ngezithuba zabo-09:00, yayingasabonakali.

Ukufunwa kwale ntombazane ngumphakathi namaphoyisa kwaba yize leze.

OLUNYE UDABA:ISITHOMBE: Amaphoyisa acela usizo lomphakathi ukuthola lo msolwa

Le ngane yayigqoke ingubo e-pink nezicathulo ezimhlophe.

Kusolwa ukuthi yagcina ukubobnakala ngasethaveni eSlangeni eMandawe.

Kucelwa noma ngubani oyibonile le gane noma owaziyo ukuthi ikuphi axhumane nabaseshi be-Family Violenc, Chile Protection and Sexual Offences Unit eMzinto ku- 062 772 8943 / 084 955 5887, uCrime Stop ku-08600 10111 noma aphuthume esiteshini samaphoyisa esiseduzane. 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.